Ukhala ngaphansi okwentshebe yakwamashu
lokhu kushiwo uma uhlulekile kobukwenza.
Lenkulumo isisuselwa endabeni yomuntu mumbe owayenentshebe enkulu ejwayele
ukugibela isitimela sihamba esiteshini sakwaMashu.
Kuthiwa lomuntu kwakukhala amakhwela uma esegijima ekotela
estimeleni bembongela kuthiwa "yadl' intshebe" kanti langa limbe izogeja
ize iyongena ngaphansi kwesitimela kwase kuthiwa intshebe ikhale ngaphansi kwesitimela.
Ukukhala ngaphansi kwentshebe- kusho ukuhluleka kuleyonto ubuyifuna.
Ukukhala ngaphansi kuchaza ukuhluleka noma ukuhlulwa ngumuntu noma yinto okade uyenza.
Umshayisibhakela ukhale ngaphansi empini yakhe kuchaza ukuthi uhluliwe umshayisibhakela
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |